Siyakwamukela futhi kwa Teach like a Champion Techniques series ukusiza othisha (noma abazali) ukubuyisa injabulo ekufundeni.
Kulevideo sizobe sibheka okwenziwa imisebenzi ka "We do." Ngokulula nje u "we do activities" usho ukuthi wonke umfundi kumele kube khona akwenzayo noma akushoyo esifundweni kunokuhlala athule abuke noma alalele abanye.